Amaphutha mp3 Download song lyrics by Nkosazana Daughter, Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch
Nkosazana Daughter, Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch drops another hit with “Amaphutha,” and it’s already making waves. This track builds on his growing legacy, showing off the talent and creativity fans can’t get enough of.
Catchy, clean, and crafted to perfection, this song is built for repeat listens. Whether you’re into smooth melodies or infectious rhythms, this one delivers.
Stream it now and your ears will thank you.
Nkosazana Daughter, Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch Amaphutha (mp3 Download)
Lyrics: Amaphutha by Nkosazana Daughter
Kutheni dali (kutheni dali) was’uqhela kangaka
Bayakhuluma abantu (abantu)
Siyajabul’ isitha woh (isitha woh)
Bathi wena awungithandi (bathi wena awungithandi)
Bathi wena ungishiye (bathi wena ungishiye)
Bathi wena awung’funi (bathi wena awung’funi)
Bathi wen’ uyang’dlala woh
Ang’waboni ang’waboni amaphutha wakho ang’waboni (ang’waboni)
Ang’waboni ang’waboni amaphutha amaphutha wakho ang’waboni (ang’waboni)
Noma bengitshela (bengitshela) ang’waboni ang’waboni (ang’waboni)
Ang’waboni ang’waboni amaphutha wakho ang’waboni (ang’waboni)
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
Ngoba ang’waboni ang’waboni amaphutha wakho ang’waboni (ang’waboni)
Ang’waboni ang’waboni amaphutha wakho ang’waboni (ang’waboni)
Noma bengitshela (bengitshela) ang’waboni ang’waboni (ang’waboni)
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani mmm
Kutheni dali ungalishiyi uthando lwami (lwami)
Kulesimo lesi sizondlula ngelinye ilanga
Ngikuthanda ngengqondo ‘nhliziyo ay’sekho
Umzimba ukhathele (ukhathele)
Ngikuthanda ngengqondo ‘nhliziyo ay’sekho
Umzimb’ ukhathele yeah eh yeah
Abantu bayay’hloniph inkulumo muntu yeah
Banomona bayabona indlel’ ong’phatha ngayo bayafis’ ukuba yimi
Ungabalaleli banamanga (ungabalaleli banamanga)
Bathanda njalo mas’xabana (bathanda njalo mas’xabana)
And asoze basihlukanisa muntuza
Mina ngiyafunga ngiyagomela nguwe wedwa
Ah nginitshelile kanti yini lokhuniqamba amanga
Kwenzekeni?
Benithi sophelelaphi na?
Dali thula my dali
Dali thula my dali
Dali thula my dali dali
Ah nginitshelile kanti yini lokhuniqamba amanga
Kwenzekeni?
Benithi sophelelaphi na?
Dali thula my dali
Dali thula my dali
Dali thula my dali dali yeah eh!
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
Ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
(Ooh) ok’ngenani thatha nayi inhliziyo yami ok’ngenani
(Ay lalela) ngoba ang’waboni ang’waboni amaphutha wakho ang’waboni (hey)